Ukuphupha ithuna lengane endlini noma emnyango kuchaza ukuthi kukhona kuwena okuzolahlwa okudala okuzofa, akuchazi ukuthi uzoshona noma kukhona ozoshona cha, kukhona ozolahlekelwa yikhona noma okuzoxebuka empilweni yakho. Ukuphupha ithuna elivulekile, inhlabathi yamathuna isukile, kungachaza inkinga endala ebuyayo empilweni yakho. Ithuna elinye igama lakho ingcwaba, amathuna.
Read more dreams belowCopying website content without an owners permission is illegal. No matter how small or big the content.
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |